Read, Copy, Download simple local lyrics LRC file which is music subtitles of Inhlupheko is a Swahili song from the album Ichwane Lenyoka and this song is sung by Big Zulu, Mduduzi Ncube. This synchronized LRC file is created by our stuff using our free tool "LRC File Maker" and our provided LRC files are only for the official length of the songs like this song's duration is 05:17.66. You can also download lyrics here in TXT (.txt), SRT (.srt) and PDF (.pdf) format.
[ti:Inhlupheko]
[ar:Big Zulu, Mduduzi Ncube]
[al:Ichwane Lenyoka]
[lang:Swahili]
[length:05:17.66]
[by:Jun]
[re:www.rclyricsband.com]
[ve:v0.0.5]
[00:00.00]
[00:18.16]Ayi shun'wenkabi (ngizomosha)
[00:21.61]Ayi sawubona mtanami
[00:23.23]Ngithemba okuthi uyaphila
[00:24.49]Ngokwe gama nguDoris
[00:25.82]Ngiyabonga usuze wa fika
[00:27.10]Mzukulu, leth' amanzi ukutheng' icold-drink ngyafisa
[00:30.34]Kodwa ikati lilele ezikho
[00:31.87]Sibong' umphefumulo masiphila
[00:33.12]Mtanami angixolise, ukuk'moshela isikhathi
[00:34.43]Okungezeka ukuthi umatasa
[00:37.51]Kodwa ngeke ngithath' isikathi
[00:38.82]Mzukulu, awleth' icansi
[00:39.85]Umalume ake ahlale phansi
[00:41.43]Angazi ng'zoqalaphi
[00:43.08]Kodwa ng'celi ukuqala phansi
[00:44.15]Mangithi ngiya bheka, umama ugqwele usizi
[00:45.92]Kodwa imbokodo yokuqina le iyibambe ishisa insimbi
[00:49.80]Mzukulu uyahlakula kukha'l igeja ugcwel' insimbi
[00:52.58]Sesizwa ileya nkomo ukuthi silale sidlile ubisi
[00:54.25]Mtanami angikusho lokhu
[00:56.81]Mina ngazalelwa ukuhlupheka
[00:58.17]Ngiyinhlekisa emphakhathini nginana impuphu neshugela
[01:00.92]Abanye bathi ngiya thakatha
[01:02.46]Ngithule bengisukela
[01:04.02]Angiyazi injabulo
[01:05.13]Kodwa eZulwini ngiyokhululeka
[01:06.74]Kuyozeze kube nini, isimo singashintshi?
[01:10.22]Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
[01:14.86]Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
[01:21.98]We-Jesu nguwe ithemba lami
[01:28.17]Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
[01:33.76]Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
[01:39.43]Imizamo yami iyophela kuwe
[01:45.36]Ngizophumula xa ndifika kuwe
[01:50.30]Intokozo, mina iyami inzima
[01:53.60]Njegoba ubona amathuna
[01:55.30]Ay bonke la ekhaya bangishiya
[01:56.90]Lomtwana omsehlana yena ubabakhe wamphika
[01:59.44]Kusele mina neMzukulu
[02:01.08]Masihamba kuyosala inxiwa
[02:02.67]Ngyazi isisho sithi "Alikho ithuna lendlala"
[02:05.08]Lomtwana engimtetile, unina wamshiya ekhala
[02:07.64]Lona omdala uhlale ebuza, "Ukuphi umama?"
[02:10.79]Wahamba eyofuna itoho
[02:12.35]Akaphindanga wabuya ekhaya
[02:13.88]Mtanami, kunzima kunokuphela iviki ngadlile
[02:15.89]Ngikhalela uMzukulu abuye eskoleni elambile
[02:19.14]Kodwa usebenza kanzima
[02:20.82]Ukuba nekusasa eliqhakazile
[02:21.90]Ukuthi uphuma enhluphekweni
[02:23.04]Kodwa ezifundweni udlal' ephasile
[02:24.09]Eqinisweni, mtanami mina ngyafisa ubaba angithathe
[02:27.12]Kodwa abazukulu mina ngeke ngibalahle
[02:29.41]Uyazi isifiso sami ukuthi bafunde baphase
[02:32.71]Nali ithawula, mtanami
[02:34.88]Bengaqondile ukuthi ukhale
[02:36.11]Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
[02:39.80]Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
[02:43.35]Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
[02:51.71]Ey we-Jesu nguwe ithemba lami
[02:56.72]Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
[03:02.06]Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
[03:08.53]Imizamo yami iyophela kuwe
[03:14.20]Ngizophumula xa ndifika kuwe
[03:19.27]Liyaphuma, liyashona
[03:21.79]Kimi akuna mehluko
[03:23.46]Yebo, ekukhuleni kwami nami ngakhula ngina amaphupho
[03:25.53]Ngyathula nje, ngilalele enkozweni besho amahubo
[03:28.74]Isiqalekiso sami ubaba wabamba elentulo
[03:31.44]Kwakhala inyonini layikhaya basiqalekisa
[03:33.85]Amathuna anele ebaleni kushoda elami ngivalelise
[03:36.98]Bengaqondile ukudabukisa
[03:39.88]Ngyaxolisa mtanami, akuyona inhloso nje ukubalisa
[03:43.13]Namhlanje mtanami, asazi siyolala sidleni
[03:46.30]Into enokungisiza ukuyothengisa erenkeni
[03:48.29]Ngizivulele itafula ngiqokelele osheleni
[03:50.96]Kokunye nginokulala khona
[03:53.04]Ngivuke ngithengise ekuseni
[03:53.98]Kunzima mtanami, sidla imbuya ngothi
[03:56.03]Angilazi icala lami, emhlabeni ngiyi soni
[03:58.71]Kodwa sengivumile, injabula angiyitholi
[04:02.28]Angikukhulule mtanami uhambe ilang lingashoni
[04:04.67]Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
[04:08.78]Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
[04:15.15]Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
[04:19.22]Ey we-Jesu nguwe ithemba lami
[04:25.61]Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
[04:31.50]Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
[04:38.07]Imizamo yami iyophela kuwe
[04:50.61]RCLyricsBand.Com
This LRC file may not match your music if the duration is not the same. Click Edit below and simply apply an offset (+0.10 sec, -0.10 sec, etc.)
You May Listen Inhlupheko by Big Zulu, Mduduzi Ncube
1. Who is the singer of "Inhlupheko" song?
⇒ Big Zulu, Mduduzi Ncube have sung the song "Inhlupheko".
2. Which album is 'Inhlupheko' song from?
⇒ Ichwane Lenyoka.
3. In which language is 'Inhlupheko' song composed?
⇒ Inhlupheko song is composed in Swahili language.
4. What is the official duration of 'Inhlupheko' song?
⇒ The official duration of 'Inhlupheko' is 05:17.66.
5. Can I reupload this LRC file on the internet?
⇒ Sorry, you are not allowed to reupload this lrc file on the internet without permission. This is only for your personal use.
6. Does this LRC file perfectly match with the official song?
⇒ Yes, it does most of the time, but sometimes you need to apply an offset using our tool LRC File Maker (i.e., +10.. or -10..).
Big Zulu, Mduduzi Ncube - Inhlupheko